Blaq Major Sdakiwe Sbali Lyrics (feat. Bless The Gentleman & DJ Kap)
Kanti yini kwamnandi kwangaka lana
Kanti yini kwamnandi kwangaka
Nam’ angizenzi
Kumnandi lana
Anikhuze u-Bless The Gentleman s’bali
Balq Major ubenzani
Ng’cela ning’yeka, yeka
Ngiyoyijolela
Ng’cela ning’yeka, yeka
Ngiyoyiphuzela
S’dakiwe, s’dakiwe, s’dakiwe Sbali
U-December
S’dakiwe, s’dakiwe, s’dakiwe Sbali
Ngizoyikhokhela
Ng’cela ning’yeka, yeka
Ngiyoyijolela
Ng’cela ning’yeka, yeka
Ngiyoyiphuzela
S’dakiwe, s’dakiwe, s’dakiwe Sbali
U-December
S’dakiwe, s’dakiwe, s’dakiwe Sbali
Ngizoyikhokhela
Aibo Sbali
Aibo Sbali
Ngiyak’khuza
Aibo Sbali
Aibo Sbali
Bengithi ngiwuyekil’ umjolo
Seng’khathele
Ngahamba ngayo dans’izolo
Kant’ angazi
Yasho, yasho
Yash’ingoma Sbali
Yadlala, yadlala
Yadlal’ingane Sbali
Ngathi swapa thatha
Yimin’ ozokukhokhela dali
Aibo uyang’chaza
Uqede ngizoyibonela dali
Ngicel’ukdansa nawe ngifun’ukhamba nawe
Kuze kuse ek’seni
Uyang’chaza
Imnand’ingoma Sbali vul’ibhodlela
S’vele s’danse no dali s’bemanzi
Aibo kumnandi lana
Mina ngeke ng’hambe lana
And ngeke ngiyek’ujola
Ngeke
Aibo kumnandi lana
Mina ngeke ng’hambe lana
Ekhaya ng’zobabon’ ek’seni
Ng’cela ning’yeka, yeka
Ngiyoyijolela
Ng’cela ning’yeka, yeka
Ngiyoyiphuzela
S’dakiwe, s’dakiwe, s’dakiwe Sbali
U-December
S’dakiwe, s’dakiwe, s’dakiwe Sbali
Ngizoyikhokhela
Ng’cela ning’yeka, yeka
Ngiyoyijolela
Ng’cela ning’yeka, yeka
Ngiyoyiphuzela
S’dakiwe, s’dakiwe, s’dakiwe Sbali
U-December
S’dakiwe, s’dakiwe, s’dakiwe Sbali
Ngizoyikhokhela
Aibo Sbali
Aibo Sbali
Ngiyak’khuza
Aibo Sbali
Aibo Sbali
Nam’ ang’zenzi, ang’zenzi
Kumnandi lana
Nam’ ang’zenzi, ang’zenzi
Kumnandi lana
Aibo Sbali
Aibo Sbali
Nam’ ang’zenzi
Woza Kap
Blaq Major ubenzani
Ang’kwazi
Ang’kwazi
Ang’kwazi Sbali
Ukuy’ekhaya early kangaka
Ngishiy’ utshwala obuningi kangaka ang’kwazi
Umalume, umalume uyang’fonela
Uth’ ang’phath’ ibhodlela
Lakhe lika December
Ang’kwazi
Ang’kwazi
Ang’kwazi Sbali
Ukuy’ekhaya early kangaka
Ngishiy’ utshwala obuningi kangaka ang’kwazi
Umalume, umalume uyang’fonela
Uth’ ang’phath’ ibhodlela
Lakhe lika December
Nam’ ang’zenzi, ang’zenzi
Kumnandi lana
Nam’ ang’zenzi, ang’zenzi
Kumnandi lana
Aibo Sbali
Blaq Major ubenzani
Aibo Sbali
Aibo Sbali
Aibo Sbali