Prince Bulo – Ngiyakhuza Lyrics

Prince Bulo Ngiyakhuza Lyrics

Prince Bulo – Ngiyakhuza Lyrics

Ngiyakhuza Lyrics by Prince Bulo

Ngishawelwani
Ngibulawelani na?
Ngihlukunyezelwani imihla nge mihla
Ake ngitshelwe

Ngishawelwani
Ngibulawelani na?
Ngihlukunyezelwani
Izinto zijikil’emhlabeni
Abafazi bakhala njalo

Ngiyakhuza Yooh
Ngiyakhuza, ngiyakhuza oooh oh
Isala kutshelwa sibona ngomopho yooh
Ngiyakhuza, ngiyakhuza, ngiyakhuza, ngiyakhuza

Shwele kuwe Nkosi yamakhosi
Mdali we Zulu nomhlaba
Siyakhala kuwe soMhlekazi
Izwe lonakele he!
Wena odali’ izulu
Nomhlaba nakho konke hhe!
Kazi iyozala nkomoni bo!
Wena onendlebe

Ngiyakhuza Yooh
Ngiyakhuza, ngiyakhuza ngiyakhuza
Isala kutshelwa sibona ngomopho yooh
(Isala kutshelwa sibona ngomopho yooh)
Ngiyakhuza, ngiyakhuza, ngiyakhuza
Kwanele!

Written by; Prince Bulo
Released date; 12 March, 2021

https://youtu.be/Sl19Sb-_Vm0

Prince Bulo Ngiyakhuza Lyrics