Sjava – Ikusasa Lyrics

Sjava Umsebenzi EP Lyrics

Sjava – Umsebenzi EP Lyrics

Sjava Ikusasa Lyrics

Ikusasa Lyrics by SJAVA

Ikusasa aliziwa
Ngoba kusa kusa ezweni
Ikusasa alaziwa
Ngoba kusa kusa ezweni

Ngishaywa uvalo mangicabanga lingphatheleni
Iksasa lami
Izinto zami mile ngididekile moshakele zonke
inhlelo zami
Ngihlale ngibuza ukuthi ngempela lento
yophelelaphi
imbuzo yami iphelela emoyeni
Impendulo ngizotholaphi

Kanti yini impilo
Mayinje
Kanti yini impilo
Mayinje

Kazi lempi ngiyonqoba na
Noma iyonghlula na
Ilanga liyashona
Nothukela liyangenisa na
Ngabe ngiyoluwela na
Amaphupho enginawo
Ngimisele ukuwasebenzela ngabe ayofezeka
Futhi ngimisele nokuwafela Ma

Ikusasa aliziwa
Ngoba kusa kusa ezweni
Ikusasa alaziwa
Ngoba kusa kusa ezweni

Ngishaywa uvalo mangicabanga lingphatheleni
iksasa lami
Izinto zami mile ngididekile moshakele zonke
inhlelo zami
Ngihlale ngibuza ukuthi ngempela lento
yophelelaphi
imbuzo yami iphelela emoyeni
Impendulo ngizotholaphi

Kanti yini impilo
Mayinje
Kanti yini impilo
Mayinje

Yazi lnzima impilo
yokuhlalela ovalweni
Abakhoni abanye
Induduzo bayithola ebhodleleni
Kunzima emalini kunzima futhi nasendlaleni
Inkinga khona yonke indawo
Ukuthi ayifani

Written by; Sjava
Released date; 7 December, 2020
Album/EP; Umsebenzi EP

https://www.youtube.com/watch?v=Uc6yW31qtkM

Ikusasa Lyrics Sjava