Sjava – Isoka Lyrics

Sjava Isoka Lyrics (feat. Q Twins & Mzukulu)

Kahleni bafana
Kahleni ukungidlela umona
Intombi iqoma lay’thanda khona
Ngithi kahleni bafana
Kahleni ukung’nyundela
Intombi iqoma la ithanda khona

Bangak’tshela loku ngami
Bakutshele loku ngami
Alikh’ isoka elingenasici banomona love
Bangak’tshela loku ngami
Baphinde bakutshele loku ngami
Hayi alikh’ isoka elingenasici banomona ngawe love

Vele bashilo ukuthi wena awung’thandi
Ung’thandel’ intozami
Vele yimi intozakho
Yilokho abajwaziyo
Ukukhuluma ngezami
Kodwa ezabo angiyingeni
Futhi angiyifaki

Ungowami wena, ungowami wena
Ungowami wena woh
Ungowami wena, ungowami wena
Ungowami wena woh
Ungowami wena, ungowami wena
Ungowami wena woh
Ungowami wena ungowami wena
Ungowami wena we

Kahleni bafana
Kahleni ukungidlela umona
Intombi iqoma lay’thanda khona
Ngithi kahleni bafana
Kahleni ukung’nyundela
Intombi iqoma la ithanda khona

Bangak’tshela loku ngami
Bakutshele loku ngami
Alikh’ isoka elingenasici banomona love
Bangak’tshela loku ngami
Baphinde bakutshele loku ngami
Hayi alikh’ isoka elingenasici banomona ngawe love

Nihambe kabi bafana
Nasindwa zinyawo
Vele bayokhuluma abantu
Kodwa amandla abanawo
Ukube iyathunyelwa inhliziyo
Beng’zoyithumela
Namhlanje ilale ngakuwe
(Namhlanje ilale ngakuwe)

Jikelele, jikelele
Jikelele, jikelele
Ngithanda wena wedwa
Jikelele, jikelele
Jikelele, jikelele
Ngithanda wena wedwa

Kahleni bafana
Kahleni ukungidlela umona
Intombi iqoma lay’thanda khona
Ngithi kahleni bafana
Kahleni ukung’nyundela
Intombi iqoma la ithanda khona

Bangak’tshela loku ngami
Bakutshele loku ngami
Alikh’ isoka elingenasici banomona love
Bangak’tshela loku ngami
Baphinde bakutshele loku ngami
Hayi alikh’ isoka elingenasici banomona ngawe love

    Lyrics Knowledge:
  • Written by: Jabulani Makhubo, Mfanafuthi Ruff Nkosi, Sfanele Zulu
  • Album: Isibuko
  • Released: 2023