
Sjava Umcebo Lyrics
Umcebo Lyrics by SJAVA
Webaba mabacela kuwe
bacela amandla bacela umcebo
mina ngicela uthando
Nenhlakanipho
Webaba mabacela kuwe
Bacela amandla bacela umcebo
Mina ngicela uthando nenhlakanipho
Umcebo wemali
Endodoni enganalo uthando udala umona
nenzondo
Kugcina kuphume imphefumulo
Ayingozii Amandla Asezandleni zendoda
enganayo inhlakanipho
Iwasebenzisa ngendlela ewrong
Kugcine ngiphuma imphefumulo
Baba Ngicela isbusiso engiyophila naso
Ingunaphakade
Ngobaloku kwaseemhlabeni
Ngeke ngihambe nako kuyosala
Ayipheleli Ekfeni impiilo aypheleli emgodini
Ungakhohlwa ukuthi usazoba yidlozi mase
emndenini wakho
Baba Cela inhliziyo
Eyamukelayo
Ngizokwazi ukubhekana nezimo ezingehlelayo
Webaba mabacela kuwe
Bacela amandla bacela umcebo
Mina ngicela uthando
Nenhlakanipho
Webaba mabacela kuwe
Bacela amandla bacela umcebo
Mina ngicela uthando nenhlakanipho
Umcebo wemali
Endodoni enganalo uthando udala umona
Nenzondo
Kugcina kuphume imphefumulo
Ayingozii Amandla Asezandleni zendoda
Enganayo inhlakanipho
Iwasebenzisa ngendlela ewrong
Kugcine ngiphuma imphefumulo
Written by; Sjava
Released date; 7 December, 2020
Album/EP; Umsebenzi EP
https://www.youtube.com/watch?v=9BCjkTTr2j4