Sjava – Umoya Lyrics

Sjava Umoya Lyrics, Umoya Lyrics by Sjava

Umtanami uyagula
Akasakhoni ukfunda
May’fika eskolweni
Uvele avukwe umoya
Umtanami uyagula akakhoni uklala phakathi kwamabili
Uvele avukwe umoya
Mangiyohlola Bathi unabadala
Abanye Bathi kumele ayothwasa
Abanye Bathi lutho menzele igobongo

Kuthiwa ngimlethe ekseni ayolidlela esgodlweni
Abanye bathi eh eh kumele alidlele ekhaya
Kuthiwa ngimlethe Ekseni umtwana ayolidlela esgodlweni
Abanye bathi eh eh kumele alidlele ekhaya
Bathi khona umndiki bathi khona umndawe
Manje angisazi ukuthi ikona kuyikuphi manje kuduma ikhanda
Bathi khona umndiki bathi khona umndawe
Manje angisazi ukuthi ikona kuyikuphi manje kuduma ikhanda

Seyiphelile imali ngihamba ngiphuma ngithi ngiyofuna usizo ngidlala igobela
Seyiphelile imali ngihamba ngiphuma ngingena ngithi ngiyofuna usizo Aw ngidlala ogobela

Seyiphelile imali ngihamba ngiphuma ngithi ngiyofuna usizo ngidlala igobela
Seyiphelile imali ngihamba ngiphuma ngingena ngithi ngiyofuna usizo Aw ngidlala ogobela

Okuhlula amadoda kazulu kuyabikwa
Ngibonise I mbandla
Nami ngizodlala amaqola

Okuhlula amadoda kazulu kuyabikwa
Ngibonise I mbandla
Nami ngizodlala amaqola

Umtanami uyagula
Akasakhoni ukfunda
May’fika eskolweni
Uvele avukwe umoya
Umtanami uyagula akakhoni uklala phakathi kwamabili
Uvele avukwe umoya
Mangiyohlola Bathi unabadala
Abanye Bathi kumele ayothwasa
Abanye Bathi lutho menzele igobongo

Umtanami uyagula
Akasakhoni ukfunda
May’fika eskolweni
Uvele avukwe umoya
Umtanami uyagula akakhoni uklala phakathi kwamabili
Uvele avukwe umoya
Mangiyohlola Bathi unabadala
Abanye Bathi kumele ayothwasa
Abanye Bathi lutho menzele igobongo

Naku ngizofelwa yingane
Naku ngizofelwa yingane
Naku ngizofelwa yingane
Naku ngizofelwa yingane

Ngapha nomama wengane eyedlozi akay’ngeni
Uthi usindisiwe uthi amadimoni
Uthi amadimoni obaba
Uthi amadimoni
Uthi amadimoni obaba
Uthi amadimoni

0357 995703 awushayele le Number mhlambe ungalithola usizo
0657995703 awushayele leNumber mhlambe ungalithola usizo
Mayingashona lengane anginamila yokuyingcwaba
Emathole ngiyophaphatha
Ngeke angilahle uNala

Umtanami uyagula
Akasakhoni ukfunda
May’fika eskolweni
Uvele avukwe umoya
Umtanami uyagula akakhoni uklala phakathi kwamabili
Uvele avukwe umoya
Mangiyohlola Bathi unabadala
Abanye Bathi kumele ayothwasa
Abanye Bathi lutho menzele igobongo

Sjava Umoya Lyrics English Translation

My baby is sick
He can no longer read
Get to school
He just woke up
My baby is sick and can’t sleep in the middle of the night
He just woke up
Let me check They say you have elders
Some say he should go to the wedding
Some say nothing to make him a shell

I was told to bring him to the palace to eat at the palace
Some say eh eh he should eat it at home
I was told to bring a child to Eksen to eat at the palace
Some say eh eh he should eat it at home
They say there is a nun and they say there is a nun
Now I don’t know where the corner is now shaking my head
They say there is a nun and they say there is a nun
Now I don’t know where the corner is now shaking my head

I ran out of money and went out to seek help playing hide-and-seek
I’m running out of money and I’m going in and out and I’m going to get help Aw I’m playing crap

I ran out of money and went out to seek help playing hide-and-seek
I’m running out of money and I’m going in and out and I’m going to get help Aw I’m playing crap

Defeats of heavenly men are reported
Show me the church
I will also play tricks

Defeats of heavenly men are reported
Show me the church
I will also play tricks

My baby is sick
He can no longer read
Get to school
He just woke up
My baby is sick and can’t sleep in the middle of the night
He just woke up
Let me check They say you have elders
Some say he should go to the wedding
Some say nothing to make him a shell

My baby is sick
He can no longer read
Get to school
He just woke up
My baby is sick and can’t sleep in the middle of the night
He just woke up
Let me check They say you have elders
Some say he should go to the wedding
Some say nothing to make him a shell

I will lose my baby
I will lose my baby
I will lose my baby
I will lose my baby

On the other hand, the mother of the ghost child does not come in
He says he is saved says demons
He says the demons of the fathers
He says demons
He says the demons of the fathers
He says demons

0357 995703 call this Number and you can get help
0657995703 call this number and you can get help
Don’t let this baby die and I don’t have a grave to bury
Calves I will touch
Nala will not abandon me