Kabza De Small Ngyozama Lyrics (feat. Sykes, Young Stunna, Nkosazana Daughter, Tracy & Thatohatsi), Kabza De Small ft Dlala Thukzin Ngyozama Lyrics
Uma k’shay’ iskhathi sok’buy’ ekhaya ngingabuyi
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel’ abantwana basekhaya
Mama no baba, uma k’shay’ iskhathi sok’buy’ ekhaya ngingabuyi
Cela naz’ ukuthi kade ngozama
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel’ abantwana basekhaya
Baba, uma k’shay’ iskhathi sok’buy’ ekhaya ngingabuyi
Cela naz’ ukuthi kade ngozama
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel’ abantwana basekhaya
Mama no baba, uma k’shay’ iskhathi sok’buy’ ekhaya ngingabuyi
Cela naz’ ukuthi kade ngozama
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel’ abantwana basekhaya
Baba, uma k’shay’ iskhathi sok’buy’ ekhaya ngingabuyi
Cela naz’ ukuthi kade ngozama
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel’ abantwana basekhaya
Uma bengzama
Mdali ng’cel’ ungiphe nam’ i-power yek’ survive-a
Zitha zami azibas’ umlilo Mdal’ uymise imvula
Misa imvula, Mdali uymise imvula
Ayaya uma bengzama
Mdali ng’cel’ ungiphe nam’ i-power yek’ survive-a
Zitha zami azibas’ umlilo Mdal’ uymise imvula
Misa imvula, Mdali uymise imvula
Mhm, mhm
Mhm, mhm
Oh mmh (Okay)
Oh mama, kade uthandazel’ ikhaya elifudumele thata
Zonke izinyembezi zakho ziphendukise inhlanhla
Ng’th’ abantwana bakho basebenzele wena
Nami ngisebenzela bonke abantwana bakho
Wathi umusa esiya kuzoyenzeka izimanga
Kuyehla kuyenyukela yonke indlela zazihamba
Manje impilo incono buka lemizamo yakho
Thatha impilo zethu washintsha nezipho zami
Wawuhlala edolweni make
Wawuhlala edolweni make
Wawuhlala edolweni make
Mama no baba
Ukulahla ithawula akuyona indlel’ engafunda ngayo
Ingcinamba namba ayithelelani endleleni
Sukukuqoma manikhona
Kwakumnyama nasemnyango
Amahloni engsinda ehlombe
Kodwa ngeke, ngeke siphinde silal’ ekhaya singadlile
Nayi indodakazi isigadlile
Khuphuka mfo kamkhulu
Khuphuka Kabza De Small
Lingapheli ithemba kimi
Ng’sayophanda ng’sazobuya
Khuphuka Small (Dlala Thukzin)
Mama nobaba, uma k’shay’ iskhathi sok’buy’ ekhaya ngingabuyi
(Ngingabuyi)
Cela nazi ukuthi kade ngozama
(Cela nazi ukuthi, cela nazi ukuthi)
Kade ngozama mina, kade ngozama
(Cela nazi ukuthi bengiyophanda, Mina bengiyophanda)
Ngizamel’ abantwana basekhaya
Mama nobaba
Baba uma k’shay’ iskhathi sok’buy’ ekhaya ngingabuyi
(Ngingabuyi)
Cela nazi ukuthi kade ngozama
(Cela nazi ukuthi, cela nazi ukuthi)
Kade ngozama mina, kade ngozama
(Cela nazi ukuthi bengiyozama)
Ngizamel’ abantwana basekhaya
Lekelela, uma bengzama
Mdali ng’cel ungiphe nam’ i-power yek’ survive-a
Zitha zami azibas’ umlilo Mdal’ uymise imvula
Misa imvula, Mdali uymise imvula
Ayaya uma bengzama
Mdali ng’cel ungiphe nam’ i-power yek’ survive-a
Zitha zami azibas’ umlilo Mdal’ uymise imvula
Misa imvula, Mdali uymise imvula
Baba, uma k’shay’ iskhathi sok’buy’ ekhaya angabuyi
Cela nazi ukuthi kade ngozama
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel’ abantwana basekhaya
Baba, uma k’shay’ iskhathi sok’buy’ ekhaya angabuyi
Cela nazi ukuthi kade ngozama
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel’ abantwana basekhaya
