Mawelele Buya Ekhaya Lyrics, Mawelele ft Naledi Aphiwe Buya Ekhaya Lyrics

Yilamaphutha sthandwa Sam
Nalezinhlungu sthandwa Sami
Engik’ zwisezona
Engik’ zwisezona
Zikwenz’ ufun’ ukuhlukana nami
Ukuhlukana nami

Yilamaphutha sthandwa Sam
(amaphutha sthandwa sam )
Nalezinhlungu sthandwa Sami
(Nalezinhlungu sthandwa sam)
Engik’ zwisezona
( wololo )
Engik’ zwisezona
( wololo)
Zikwenz’ ufun’ ukuhlukana nami
Ukuhlukana nami

Ohh Dali buy’ ekhaya
( ohh buya Themba lam )
(ohh buya Themba lam)
Ohh dali buy’ekhaya
( ohh buya Themba)
( ohh buya Themba)
Buya themba lam
( ohh buya Themba lam )
( ohh buya Themba lam )
Ngiyakumbula ohh yeahhh
( ohh buya)

Ohh Dali buy’ ekhaya
( ohh buya Themba lam )
( ohh buya Themba lam)
Ohh no no no no no no no noo yeah
( ohh buya Themba lam )
( ohh buya Themba lam )
Buya themba lam
( ohh buya Themba lam )
( ohh buya Themba lam )
Ngiyakhumbula
( ohh buya)

Thina sihlale sixabana njalo sthandwa sam
Sibuzana imbuzo engapheli
Nam’ angsaziqondi ngimephi
Nam’ angsaziboni ngik’thanda
Ngoba namhlanje uthi uthanda mina
Mase ksasa uthi uthanda lo munye
Ohh waaaa ha ah

Ukuze ngibe ngcono
hamba hamba
Hamba hamba
Hamba hamba
Hamba hamba
Uhambe kahle, sthandwa sami
Ndlelanhle
Ngik’fisela inhlanhla la oyakhona
Uthando nokuthula

Yeah
Today I’m riding on solo
( ehhh )
Abantu bas’jwayele sindawonye
Dali siza together as a combo
(Ehhh)
Siza together as a combo
Ngicela ungang’lahli my love
( ehhh )
Ngicela ungang’lahli my love
(ehhh)
Ngsakudinga dali
Ngsakudinga dali

Ohh Dali buy’ ekhaya
( ohh buya Themba lam )
(ohh buya Themba lam)
Ohh dali buy’ekhaya
( ohh buya Themba)
( ohh buya Themba)
Buya themba lam
( ohh buya Themba lam )
( ohh buya Themba lam )
Ngiyakumbula ohh yeahhh
( ohh buya)

Ohh Dali buy’ ekhaya
( ohh buya Themba lam )
( ohh buya Themba lam)
Ohh no no no no no no no noo yeah
( ohh buya Themba lam )
( ohh buya Themba lam )
Buya themba lam
( ohh buya Themba lam )
( ohh buya Themba lam )
Ngiyakhumbula
( ohh buya)

Ukuze ngibe ngcono hamba hamba
Hamba hamba
Hamba hamba
Hamba hamba
Uhambe kahle, sthandwa sami
Ndlelanhle
Ngik’fisela inhlanhla la oyakhona
Uthando nokuthula