Kabza De Small Incwadi Yenduduzo Lyrics (feat. Thatohatsi & Shino Kikai), Kabza De Small ft SLY Incwadi Yenduduzo Lyrics
Yiii, yiii, yiii, yiii, yiii (Oh ah, oh yeah)
Yeyeni bo

Yeyeni bo (Oh ah ah)
Ngibhala lencwadi ngezinyembezi ezehla ebusweni
Ngoba ngibona uhlukunyezwa noma kungaba kusekuseni
Mami ngabe yiyolempilo ofun’ ukuyiphila uzoyimela
Uzoyimela na? Yeah, yeah

Mami ngabe yiyolempilo ofuna ukuyiphila uzoyimela
Uzoyimela na? Yeah, yeah
Ngihlukumezekile, kwanele, inqondo ikhathele mangibona ubaba ekushaya
Eh kuthi mangindize
Kuthi mangiz’cishe
Awusabeli ngani? Mhmm

Awusabeli ngani?
Ingakho ubhala lencwadi yenduduzo
Ingakho utshela bomakhelwane ukuthi ngiyahamba
Ngoba ang’funi ukulimala, sengiyahamba
Ingakho ubhala lencwadi yenduduzo (Heh ingakho)

(Heh ngiyahamba)
Ngoba ang’funi ukulimala, sengiyahamba
(Ang’funi kulimala mina ngenxa yakho)
Sengiyahamba
Yeyeni bo
Eh ubaba ekushaya (Oh ah, yeah)
Ngindize, ngizcishe (Yeyeni bo)
Awusabeli ngani? Yeyeni (Yeyeni bo)
Ekushaya (Yeyeni bo)
Awusabeli ngani?
Ngibhala lencwadi ngezinyembezi ezehla ebusweni
Ngoba ngibona uhlukunyezwa noma kungaba kusekuseni
Mami ngabe yiyolempilo ofun’ ukuyiphila uzoyimela
Uzoyimela na? Yeah, yeah
Ngibhala lencwadi ngezinyembezi ezehla ebusweni
Ngoba ngibona uhlukunyezwa noma kungaba kusekuseni
Mami ngabe yiyolempilo ofun’ ukuyiphila uzoyimela
Ngihlukumezekile, kwanele, inqondo ikhathele mangibona ubaba ekushaya
Eh kuthi mangindize
Kuthi mangiz’cishe
Awusabeli ngani? Mhmm
Ngihlukumezekile, kwanele, inqondo ikhathele mangibona ubaba ekushaya
Eh kuthi mangindize
Kuthi mangiz’cishe
Awusabeli ngani?
Ingakho ubhala lencwadi yenduduzo (Heh ingakho)
Ingakho utshela bomakhelwane ukuthi ngiyahamba
(Heh ngiyahamba)
Ngoba angfuni ukulimala, sengiyahamba
(Heh angfuni kulimala mina ngenxa yakho)
Sengiyahamba
Ingakho ubhala lencwadi yenduduzo (Yenduduzo)
Ingakho utshela bomakhelwane ukuthi ngiyahamba
(Ngiyahamba mina)
Ngoba angfuni ukulimala, sengiyahamba
Yeyeni bo