Hey Wena Lyrics by Samthing Soweto
Hey wena, ai wena
Hey wena, ai wena
Hey wena, ai wena
Hey wena, ai wena
Hayi wena muntu wami
Wena uthanda ubumnandi
Hawu nasi isikhathi sami
Mina angisazi ufunana nani
Akusekho mnandi
Ukuphila kanje, kanje
Hayi mara angikhali
Ngoba ngiyazi ungowami
Ngicela sihlale sithandana (Ngicela sihlale sithandana)
And sihlukaniswe ukufa
Ngoba muntu wami ngiyakuthanda (Ngoba muntu wami ngiyakuthanda)
And angifuni ukuzwa lutho
Ngicela sihlale sithandanax (Ngicela sihlale sithandana)

Written by; Samthing Soweto
Released date; 13 December, 2020
Album/EP; Danko! EP
Leave a Reply