Zakes Bantwini – Uzalo Lyrics

Zakes Bantwini Uzalo Lyrics (feat. Nomkhosi & Olefied Khetha)

Imvula iyana, ungbusisa nangelanga
Ksukela k’dala, wangbusisa ngiseyihlwili esiswini sika mama Ngizizwa ngibusisiwe, imvula iyana ungikhanyisela ngelanga Ksukela k’dala, wangbusisa ngiseyihlwili esiswini sika mama Es’swini s’ka mama
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)
Odade nabafowethu, Odade nabafowethu ngaphuma nabo esiswini sika mama (Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)

Aw iyo lento eyenza ukuthi sikhumbule emakhaya
Igazi liyakhuluma, isisu sika mama
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)
Ungipha amandla okumelana neNgqinamba
Thixo somandla, noma ngihamba endleleni zobumnyama Hlezi ungibhekile

Ungipha amandla okubhekana nezitha zam
Thixo somandla
Beng’cela amanye amandla uzuwaphe umama
Ngoba es’swini sika mama
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)
Odade nabaf’wethu, Odade nabafowethu ngaphuma nabo es’swini sika mama (Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)
Aw iyo lento eyenza ukuthi s’khumbule emakhaya
Igazi liyakhuluma, isisu sika mama
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)

Uwe Uwe uwe
Uwe Uwe uweh
Baba wethu osezulwini
Uzungbusisele umah
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)
Uye uye yehe
Uye uye yehee
Imanzi emhlophe ezala Mina nodade wethu
Kuzalwa abafana
Kuzalwa abafana

Zakes Bantwini Uzalo Lyrics English Translation

It is raining, and he is blessing the sun
From long ago, he blessed me while I was still in my mother’s womb.
(Boys are born, Girls are born)
Sisters and brothers, Sisters and brothers with me from my mother’s womb (Boys are born, Girls are born)

This is what makes us miss home
The blood speaks, the mother’s womb
(Boys are born, Girls are born)
(Boys are born, Girls are born)
It gives me strength to face adversity
Almighty God, even though I walk in the paths of darkness, do not look at me

It gives me strength to face my enemies
God Almighty
They begged me to give them some strength
Because in my mother’s womb
(Boys are born, Girls are born)
Sisters and brothers, Sisters and brothers I came out of my mother’s womb (Boys are born, Girls are born)
That’s what makes me miss home
The blood speaks, the mother’s womb
(Boys are born, Girls are born)

Uwe Uwe uwe
Uwe Uwe uweh
Our heavenly Father
You have blessed me
(Boys are born, Girls are born)
And yes
And and yeah
White water giving birth to Me and my sister
Boys are born
Boys are born